114.Mankind

  1. Yithi, “ngicela isiphephelo ngeNkosi yabantu”
  2. INkosi yesintu
  3. UNkulunkulu wesintu
  4. Ebubini bomnyenyezi (usathane) uma esehlehlela emumva
  5. Lowo onyenyeza ezifubeni zabantu
  6. Phakathi kwama-jinn nabantu